Template:Community Wishlist Survey/Invitation (proposal phase)/zu
Inhlolovo Yohlu Lwezifiso Zomphakathi 2022
Inhlolovo Yohlu Lwezifiso Zomphakathi 2022 isivuliwe manje!
Le nhlolovo inqubo lapho imiphakathi inquma khona ukuthi ithimba le-Community Tech kufanele lisebenzele phezu kwayo onyakeni olandelayo. Sikhuthaza wonke umuntu ukuthi athumele iziphakamiso kuze kube umnqamulajuqu ngo-23 uMasingana, noma abeke amazwana kwezinye iziphakamiso ukuze azenze zibe ngcono.
Imiphakathi izovotela iziphakamiso phakathi kuka-28 uMasingana no-11 uNhlolanja.
Ithimba le-Community Tech ligxile kumathuluzi abahleli be-Wikimedia abanolwazi. Ungabhala iziphakamiso nganoma yiluphi ulimi, futhi sizokuhumushela zona. Siyabonga, futhi sibheke ngabomvu ukubona iziphakamiso zakho!